NgokukaJohane 12:41-44

NgokukaJohane 12:41-44 ZUL20

U-Isaya wakusho lokho ngokuba ebona inkazimulo yeNkosi, futhi wakhuluma ngayo. Nokho-ke nakuba kunjalo, ababusi abaningi bakholwa kuye, kodwa ngenxa yabaFarisi abamvumanga esidlangalaleni, funa baxoshwe esinagogeni, ngokuba babethanda udumo lwabantu, kunodumo lukaNkulunkulu. Kepha uJesu wamemeza, wathi: “Okholwa yimi akakholwa kimi nje, kodwa kulowo ongithumileyo.

Ividiyo ye- NgokukaJohane 12:41-44

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne NgokukaJohane 12:41-44