EkaJakobe 1:5-7

EkaJakobe 1:5-7 ZUL20

Kepha uma kukhona omunye phakathi kwenu oswele ukuhlakanipha, makacele kuNkulunkulu obapha bonke ngokungagodli futhi engabalisi; uyakuphiwa lokho. Kepha makacele ngokukholwa, engangabazi nakancane, ngokuba ongabazayo ufana nedlambi lolwandle elidudulwa ngumoya, ulise le nale. Ngakho-ke lowo muntu makangasho ukuthi uyakwemukeliswa utho yiNkosi