UMshumayeli 7:2-4

UMshumayeli 7:2-4 ZUL20

Kungcono ukuya endlini yabalilayo, kunokuya endlini lapho kunedili khona, ngokuba lokho kuyisiphetho sabo bonke, abaphilayo mabakugcine lokhu enhliziyweni. Usizi lungcono kunokuhleka, ngokuba ngobuso obudangele inhliziyo iba nokujabula. Inhliziyo yohlakaniphile isendlini yabalilayo, kodwa inhliziyo yesiwula isendlini yentokozo.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne UMshumayeli 7:2-4