IDutheronomi 6:5-7

IDutheronomi 6:5-7 ZUL20

Mthande uSimakade uNkulunkulu wakho, ngayo yonke inhliziyo yakho, nangawo wonke umphefumulo wakho, nangawo wonke amandla akho. Lawa mazwi engikuyala ngawo namuhla mawahlale enhliziyweni yakho. Ubafundise wona abantwana bakho, uwakhulume lapho uhlezi endlini yakho, nalapho uhamba endleleni; lapho ulala, nalapho uvuka.