KwabaseKholose 4:2-6

KwabaseKholose 4:2-6 ZUL20

Qiniselani ekukhulekeni, nilinde nikuwo ninokubonga. Nisikhulekele nathi ukuba uNkulunkulu asivulele umnyango wezwi ukuba sishumayele imfihlakalo kaKhristu engiboshwe ngenxa yayo, ukuze ngiyibonakalise njengalokhu ngifanele ukukhuluma. Hambani ngokuhlakanipha kubo abangaphandle, nithengisise isikhathi. Ukukhuluma kwenu makube nomusa njalo, kuyoliswe ngosawoti, ukuze nazi enifanele ukubaphendula ngakho bonke abantu.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne KwabaseKholose 4:2-6