USimakade waduma ezulwini; Ophezukonke walizwakalisa izwi lakhe. Wathuma imicibisholo, wabangquzula, yebo, ngonyazi wabadidizelisa. Kwembulwa izisekelo zolwandle, nezisekelo zomhlaba zabonakaliswa ngenxa yokuthetha kukaSimakade, nokufutha kwamakhala akhe.
Funda 2 USamuweli 22
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: 2 USamuweli 22:14-16
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
I-YouVersion isebenzisa amakhukhi ukuze ukwazi ukwenza isipiliyoni sakho. Ngokusebenzisa iwebhusayithi yethu, wamukela ukusebenzisa kwethu amakhukhi njengoba kuchaziwe kuNqubomgomo yethu yoBumfihlo
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo