2 KwabaseKhorinte 12:6-7

2 KwabaseKhorinte 12:6-7 ZUL20

Ngokuba uma ngifuna ukuzigabisa, bengingezukuba yisiwula, ngokuba bengizobe ngikhuluma iqiniso. Kepha ngiyayeka, funa umuntu acabange ngami ngokungaphezu kwalokho angibona ngiyikhona nakuzwa ngami, ikakhulu uma umuntu ezwa ngemibono yami exakileyo. Ngakho-ke ukuze ngingaziphakamisi kakhulu, nganikwa iva emzimbeni, ukuba ingelosi kaSathane ingimukule, funa ngiziphakamise kakhulu.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne 2 KwabaseKhorinte 12:6-7