1 KwabaseThesalonikha 1:4-6

1 KwabaseThesalonikha 1:4-6 ZUL20

Siyazi ukukhethwa kwenu nguNkulunkulu, bazalwane abathandiweyo, ngokuba ivangeli lethu alifikanga ngamazwi nje kuphela, kodwa ngamandla, nangoMoya oNgcwele, nangokwethemba okukhulu, njengokuba nazi ukuthi saba ngabantu abanjani phakathi kwenu, ngenxa yenu. Nani naba ngabalingisa thina neNkosi, ngokuba nanxa nahlushwa kanzima, kodwa nalemukela izwi ngenjabulo evela kuMoya oNgcwele

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne 1 KwabaseThesalonikha 1:4-6