1 kwabaseThesalonika 1:4-6

1 kwabaseThesalonika 1:4-6 ZUL59

sikwazi, bazalwane abathandiwe nguNkulunkulu, ukukhethwa kwenu ukuthi ivangeli lethu alizanga kini ngezwi kuphela kodwa nangamandla, nangoMoya oNgcwele, nangokwethemba okukhulu, njengokuba nazi ukuthi saba ngabantu abanjani phakathi kwenu ngenxa yenu. Nani naba ngabalingisi bethu, nabeNkosi senilamukele izwi ekukhathazekeni okukhulu ngokuthokoza kukaMoya oNgcwele

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne 1 kwabaseThesalonika 1:4-6