1 USamuweli 28:5-6

1 USamuweli 28:5-6 ZUL20

USawule ebona impi yamaFilisti, wesaba, inhliziyo yakhe yathuthumela kakhulu. USawule wabuza kuSimakade, kodwa uSimakade akamphendulanga ngamaphupho, nge-Urimi noma nangabaphrofethi.