1 KaJohane 4:4-6

1 KaJohane 4:4-6 ZUL20

Nina bantwanyana ningabakaNkulunkulu, nibahlulile, ngokuba lo okini mkhulu kunalowo osezweni. Bona bangabezwe; ngalokho bakhuluma okwezwe, nezwe liyabezwa. Thina singabakaNkulunkulu; omaziyo uNkulunkulu uyasizwa, ongesiye okaNkulunkulu akasizwa. Ngalokho siyamazi umoya weqiniso nomoya wokuduka.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne 1 KaJohane 4:4-6