1 KwabaseKhorinte 7:20-23

1 KwabaseKhorinte 7:20-23 ZUL20

Akube yilowo nalowo ahlale obizweni abizelwe kulo. Ngabe ubizwe uyisigqila na? Ungakhathazeki ngalokho, kodwa uma kwenzeka ukuba ukhululwe, sebenzisa lelo thuba. Ngokuba lowo owabizelwa eNkosini eyisigqila, usengokhululekile weNkosi, ngokunjalo nalowo owabizwa engokhululekile, uyisigqila sikaKhristu. Nina nathengwa ngenani elikhulu: ningabi yizigqila zabantu.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne 1 KwabaseKhorinte 7:20-23