1 KwabaseKhorinte 7:12-14

1 KwabaseKhorinte 7:12-14 ZUL20

Manje-ke kwabanye ngithi, kungasho yona iNkosi ukuthi, uma umzalwane enomfazi ongakholwa, yena evuma ukuhlala naye, makangamlahli. Kanjalo nomfazi, uma enendoda engakholwa, yona ivuma ukuhlala naye, makangayishiyi indoda. Ngokuba indoda engakholwayo ingcwelisiwe ngenxa yomfazi okholwayo, nomfazi ongakholwa ungcwelisiwe ngenxa yendoda, kungenjalo izingane zenu zingcolile, kodwa kalokhu zingcwele.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne 1 KwabaseKhorinte 7:12-14