1 KwabaseKhorinte 3:1-3

1 KwabaseKhorinte 3:1-3 ZUL20

Nami-ke bazalwane, ngangingakhulumi nani njengabantu bakamoya, kodwa njengabantu bomhlaba nje, abaseyizinsana kuKhristu. Nganiphuzisa ubisi; anginiphanga ukudla okuqinileyo, ngokuba naningakakulungeli. Yebo, namanje anikakulungeli, ngokuba niphila ngokwenkambiso yabantu. Uma nje kusekhona kini umhawu nokuphikisana, anisibo yini abenyama? Anihambisi yini okwabantu na?

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne 1 KwabaseKhorinte 3:1-3