AmaHubo 91:11-13

AmaHubo 91:11-13 ZUL59

Ngokuba uyakuyaleza izingelosi zakhe ngawe, zikulondoloze ezindleleni zakho zonke. Ziyakukuthwala ngezandla, ungaqhuzuki ngonyawo lwakho etsheni. Uyakunyathela ingonyama nebululu, unyathele phansi ibhongo lengonyama nodrako.*

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne AmaHubo 91:11-13