Ukuzula kwami ukubalile wena; yetha izinyembezi zami egabheni lakho; azikho encwadini yakho na? Khona izitha zami ziyakubuyela emuva mhla ngikhalayo; ngiyakwazi lokhu ukuthi uNkulunkulu unami. KuNkulunkulu ngiyakulidumisa izwi; kuJehova ngiyakulidumisa izwi. Ngiyethemba kuNkulunkulu, angiyikwesaba; umuntu angangenzani na?
Funda AmaHubo 56
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: AmaHubo 56:8-11
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo