AmaHubo 27:1-5

AmaHubo 27:1-5 ZUL59

UJehova ungukukhanya kwami nensindiso yami; ngizakwesaba bani na? UJehova uyinqaba yokuphila kwami; ngizakuba novalo ngobani na? Ekusondeleni kwababi ukuba badle inyama yami abamelene nami nezitha zami bayakhubeka, bawe. Noma impi imisa ngakimi, inhliziyo yami ayesabi; noma ngivukelwa ngukulwa, nokho nginethemba. Kunye engikucele kuJehova, ngiyakufuna khona: ukuba ngihlale endlini kaJehova izinsuku zonke zokuphila kwami ukubona ubuhle bukaJehova, ngibuke ithempeli lakhe. Ngokuba uyangithukusa edokodweni lakhe ngosuku lokuhlupheka, angicashise ekusithekeni kwetende lakhe, angiphakamisele edwaleni.

Verse Images for AmaHubo 27:1-5

AmaHubo 27:1-5 - UJehova ungukukhanya kwami nensindiso yami;
ngizakwesaba bani na?
UJehova uyinqaba yokuphila kwami;
ngizakuba novalo ngobani na?
Ekusondeleni kwababi ukuba badle inyama yami
abamelene nami nezitha zami bayakhubeka, bawe.
Noma impi imisa ngakimi,
inhliziyo yami ayesabi;
noma ngivukelwa ngukulwa,
nokho nginethemba.

Kunye engikucele kuJehova,
ngiyakufuna khona:
ukuba ngihlale endlini kaJehova
izinsuku zonke zokuphila kwami
ukubona ubuhle bukaJehova,
ngibuke ithempeli lakhe.
Ngokuba uyangithukusa edokodweni lakhe
ngosuku lokuhlupheka,
angicashise ekusithekeni kwetende lakhe,
angiphakamisele edwaleni.AmaHubo 27:1-5 - UJehova ungukukhanya kwami nensindiso yami;
ngizakwesaba bani na?
UJehova uyinqaba yokuphila kwami;
ngizakuba novalo ngobani na?
Ekusondeleni kwababi ukuba badle inyama yami
abamelene nami nezitha zami bayakhubeka, bawe.
Noma impi imisa ngakimi,
inhliziyo yami ayesabi;
noma ngivukelwa ngukulwa,
nokho nginethemba.

Kunye engikucele kuJehova,
ngiyakufuna khona:
ukuba ngihlale endlini kaJehova
izinsuku zonke zokuphila kwami
ukubona ubuhle bukaJehova,
ngibuke ithempeli lakhe.
Ngokuba uyangithukusa edokodweni lakhe
ngosuku lokuhlupheka,
angicashise ekusithekeni kwetende lakhe,
angiphakamisele edwaleni.