Ngahlulele, Jehova, ngokuba ngihamba ekulungeni kwami; ngithemba uJehova, angiyikuntenga. Ngivivinye, Jehova, ungilinge; hlolisisa izinso zami nenhliziyo yami. Ngokuba ububele bakho buphambi kwamehlo ami; ngihamba eqinisweni lakho. Angihlali nabantu bamanga, angihambelani nezimbulu. Ngiyawuzonda umhlangano wabenza okubi, angihlali nababi. Ngiyahlamba izandla zami ngingenacala, ngizungeza i-altare lakho, Jehova
Funda AmaHubo 26
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: AmaHubo 26:1-6
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo