IzAga 6:16-19

IzAga 6:16-19 ZUL59

Kukhona izinto eziyisithupha azizondayo uJehova, yebo, eziyisikhombisa eziyizinengiso emphefumulweni wakhe: amehlo azidlayo, nolimi lwamanga, nezandla ezichitha igazi elingenacala, nenhliziyo eceba imicabango emibi, nezinyawo ezishesha ukugijimela ebubini, nofakazi wamanga ophafuza inkohliso, obanga ukuxabana phakathi kwabazalwane.

Funda IzAga 6

Verse Images for IzAga 6:16-19

IzAga 6:16-19 - Kukhona izinto eziyisithupha azizondayo uJehova,
yebo, eziyisikhombisa eziyizinengiso emphefumulweni wakhe:
amehlo azidlayo, nolimi lwamanga,
nezandla ezichitha igazi elingenacala,
nenhliziyo eceba imicabango emibi,
nezinyawo ezishesha ukugijimela ebubini,
nofakazi wamanga ophafuza inkohliso,
obanga ukuxabana phakathi kwabazalwane.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne IzAga 6:16-19

I-YouVersion isebenzisa amakhukhi ukuze ukwazi ukwenza isipiliyoni sakho. Ngokusebenzisa iwebhusayithi yethu, wamukela ukusebenzisa kwethu amakhukhi njengoba kuchaziwe kuNqubomgomo yethu yoBumfihlo