IzAga 6:16-19
![IzAga 6:16-19 - Kukhona izinto eziyisithupha azizondayo uJehova,
yebo, eziyisikhombisa eziyizinengiso emphefumulweni wakhe:
amehlo azidlayo, nolimi lwamanga,
nezandla ezichitha igazi elingenacala,
nenhliziyo eceba imicabango emibi,
nezinyawo ezishesha ukugijimela ebubini,
nofakazi wamanga ophafuza inkohliso,
obanga ukuxabana phakathi kwabazalwane.](/_next/image?url=https%3A%2F%2Fimageproxy.youversionapi.com%2F320x320%2Fhttps%3A%2F%2Fs3.amazonaws.com%2Fstatic-youversionapi-com%2Fimages%2Fbase%2F65292%2F1280x1280.jpg&w=640&q=75)
Kukhona izinto eziyisithupha azizondayo uJehova, yebo, eziyisikhombisa eziyizinengiso emphefumulweni wakhe: amehlo azidlayo, nolimi lwamanga, nezandla ezichitha igazi elingenacala, nenhliziyo eceba imicabango emibi, nezinyawo ezishesha ukugijimela ebubini, nofakazi wamanga ophafuza inkohliso, obanga ukuxabana phakathi kwabazalwane.
IzAga 6:16-19