IzAga 12:20-23

IzAga 12:20-23 ZUL59

Inkohliso isezinhliziyweni zabaceba okubi, kepha abaluleka ukuthula, kubona kukhona intokozo. Olungileyo akayikwehlelwa nangokukodwa okubi, kepha ababi bayakugcwala ububi. Izindebe zamanga ziyisinengiso kuJehova, kepha abenza iqiniso bayintokozo yakhe. Umuntu oqondileyo uyafihla ukwazi, kepha izinhliziyo zeziwula zimemeza ubuwula.

Funda IzAga 12

I-YouVersion isebenzisa amakhukhi ukuze ukwazi ukwenza isipiliyoni sakho. Ngokusebenzisa iwebhusayithi yethu, wamukela ukusebenzisa kwethu amakhukhi njengoba kuchaziwe kuNqubomgomo yethu yoBumfihlo