Bafika eBetsayida. Base beletha kuye impumputhe, bamncenga ukuba ayiphathe. Wayibamba impumputhe ngesandla, wayiholela ngaphandle komuzi, wafela amathe emehlweni ayo, wabeka izandla phezu kwayo, wayibuza wathi: “Ubona utho na?” Yabheka, yathi: “Ngibona abantu, ngibabona behamba; kungathi yizihlahla.” Khona waphinda wabeka izandla phezu kwamehlo ayo, yabhekisisa, yasinda, yabonisisa konke.
Funda NgokukaMarku 8
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: NgokukaMarku 8:22-25
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo