Sebephuma eJeriko, isixuku esikhulu samlandela. Bheka, kwakuhlezi izimpumputhe ezimbili ngasendleleni; kuthe zizwa ukuthi uJesu uyadlula, zamemeza zathi: “Nkosi, Ndodana kaDavide, sihawukele!” Kepha isixuku sazikhuza ukuba zithule, kodwa kwayikhona zimemeza kakhulu, zithi: “Nkosi, Ndodana kaDavide, sihawukele!” UJesu wema, wazibiza wathi: “Nifuna ukuba nginenzeleni na?” Zathi kuye: “Nkosi, ukuba amehlo ethu avuleke.”
Funda NgokukaMathewu 20
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: NgokukaMathewu 20:29-33
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo