NgokukaLuka 8:19-21

NgokukaLuka 8:19-21 ZUL59

Kwase kufika kuye unina nabafowabo, kepha behluleka ukufinyelela kuye ngenxa yesixuku. Wabikelwa ukuthi: “Unyoko nabafowenu bemi ngaphandle befuna ukukubona.” Kepha waphendula, wathi kubo: “Umame nabafowethu yilabo abalizwa izwi likaNkulunkulu, balenze.”