NgokukaLuka 8:19-21
NgokukaLuka 8:19-21 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Kwase kufika kuye unina nabafowabo, kepha behluleka ukufinyelela kuye ngenxa yesixuku. Wabikelwa ukuthi: “Unyoko nabafowenu bemi ngaphandle befuna ukukubona.” Kepha waphendula, wathi kubo: “Umame nabafowethu yilabo abalizwa izwi likaNkulunkulu, balenze.”
NgokukaLuka 8:19-21 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
Kwase kufika kuye unina nabafowabo, kepha behluleka ukufinyelela kuye ngenxa yesixuku. Wabikelwa ukuthi: “Unyoko nabafowenu bemi ngaphandle befuna ukukubona. Wasephendula wathi kubo: Umama labafowethu yilaba abalizwayo ilizwi likaNkulunkulu balenze.
NgokukaLuka 8:19-21 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Kwase kufika kuye unina nabafowabo, kepha behluleka ukufinyelela kuye ngenxa yesixuku. Wabikelwa ukuthi: “Unyoko nabafowenu bemi ngaphandle befuna ukukubona. Wasephendula wathi kubo: Umama labafowethu yilaba abalizwayo ilizwi likaNkulunkulu balenze.
NgokukaLuka 8:19-21 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Kwase kufika kuye unina nabafowabo, kepha behluleka ukufinyelela kuye ngenxa yesixuku. Wabikelwa ukuthi: “Unyoko nabafowenu bami ngaphandle, bafuna ukukubona.” Kepha waphendula, wathi kubo: “Umame nabafowethu yilabo abathi bangalizwa izwi likaNkulunkulu, balenze.”