NgokukaLuka 24:9-12

NgokukaLuka 24:9-12 ZUL59

Base bebuya ethuneni, babika konke lokho kwabayishumi nanye nakubo bonke abanye. KwakungoMariya Magdalena, noJowana, noMariya unina kaJakobe; nabanye ababe kanye nabo babatshela abaphostoli lokho. Kepha lawo mazwi aba njengokukhuluma okuyize kubo, kabaze bakholwa yibo. Khona uPetru wasuka, wagijimela ethuneni, wakhothama, wabona izindwangu zizodwa; wamuka, waya ekhaya emangele ngokwenzekileyo.

Ama vidiyo ahlobene nalokhu

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne NgokukaLuka 24:9-12