“Ngalokho nami angiyikubamba umlomo wami; ngiyakukhuluma osizini lomoya wami, ngikhale ngomunyu womphefumulo wami. Ngilulwandle yini, ngingumkhomo yini, ukuze ungibekele abalindi? Lapho ngithi umbhede wami uyakungiduduza, ukhukho lwami lungithwalise ukukhala kwami, uyangesabisa ngamaphupho, ungethusa ngemibono, ukuze umphefumulo wami ukhethe ukuklinywa nokufa kunalawa mathambo ami. Ngiyanengwa yiwo; mangingahlali njalo; ngiyeke, ngokuba imihla yami iyize.
Funda UJobe 7
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: UJobe 7:11-16
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo