UJobe 24:22-24

UJobe 24:22-24 ZUL59

Uyadonsa namaqhawe ngamandla akhe; uyavuka; akakho osenethemba lokuphila. UNkulunkulu uyamnika ukuba alondeke, asekelwe; kepha amehlo akhe aphezu kwezindlela zabo. Bayaphakanyiswa; emva kwesikhashana abasekho; bayaphela njengabanye, bafe; babuna njengezihloko zezikhwebu.

Funda UJobe 24