UJehova waqhubeka ukukhuluma ku-Ahazi, wathi: “Zicelele isibonakaliso kuJehova uNkulunkulu wakho, kujule endaweni yabafileyo, noma kuphakame phezulu.” Kepha u-Ahazi wathi: “Angiyikucela, futhi angiyikumlinga uJehova.” Wayesethi: “Ake uzwe wena ndlu kaDavide! Kuncane kuwe ukukhathaza abantu, ukuze nimkhathaze noNkulunkulu wami futhi na? Ngalokho iNkosi uqobo iyakukunika isibonakaliso: bheka, intombi iyakukhulelwa, izale indodana, ibize igama layo ngokuthi u-Imanuweli. Uyakudla amangqanga nezinyosi aze azi ukwala okubi, akhethe okuhle.
Funda U-Isaya 7
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: U-Isaya 7:10-15
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo