U-Isaya 5:20-21

U-Isaya 5:20-21 ZUL59

Wo kubona abasho okubi ukuthi kungokuhle, nokuhle ukuthi kungububi, ababeka ubumnyama bube ngukukhanya, nokukhanya kube ngubumnyama, babeke nokubabayo kube ngubumtoti, nobumtoti bube ngokubabayo! Wo kubona abahlakaniphile emehlweni abo nabaqondile ekuboneni kwabo!

Funda U-Isaya 5