U-Isaya 5:20-21
U-Isaya 5:20-21 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Wo kubona abasho okubi ukuthi kungokuhle, nokuhle ukuthi kungububi, ababeka ubumnyama bube ngukukhanya, nokukhanya kube ngubumnyama, babeke nokubabayo kube ngubumtoti, nobumtoti bube ngokubabayo! Wo kubona abahlakaniphile emehlweni abo nabaqondile ekuboneni kwabo!
Dlulisela
Funda U-Isaya 5U-Isaya 5:20-21 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
Maye kulabo abathi okubi kuhle lokuhle kubi; owenza ubumnyama kube ukukhanya nokukhanya kube mnyama; obeka okubabayo esikhundleni sobumnandi, nobumnandi esikhundleni sokubabayo! Maye kulabo abahlakaniphileyo emehlweni abo futhi bahlakaniphile kwawabo amehlo!
Dlulisela
Funda U-Isaya 5