U-Isaya 43:1-5

U-Isaya 43:1-5 ZUL59

Kepha manje usho kanje uJehova owakudalayo wena Jakobe, nowakubumba wena Israyeli, uthi: “Ungesabi ngokuba ngikuhlengile, ngikubizile ngegama lakho; ungowami. Lapho udabula emanzini, mina nginawe; nasemifuleni, ayiyikukukhukhula; lapho uhamba emlilweni, awuyikusha, nelangabi aliyikukushisa. Ngokuba nginguJehova uNkulunkulu wakho, oNgcwele ka-Israyeli, uMsindisi wakho; ngiyanika iGibithe libe yihlawulo lakho, iKushe neSheba esikhundleni sakho. Ngenxa yokuba ubuyigugu emehlweni ami, futhi ubudumile, uthandekile kimi, ngiyakunika abantu esikhundleni sakho, nezizwe esikhundleni sokuphila kwakho. Ungesabi, ngokuba nginawe; ngiyakuyiletha inzalo yakho iphume empumalanga, ngikubuthe nasentshonalanga.

Verse Images for U-Isaya 43:1-5

U-Isaya 43:1-5 - Kepha manje usho kanje uJehova
owakudalayo wena Jakobe,
nowakubumba wena Israyeli, uthi:
“Ungesabi ngokuba ngikuhlengile,
ngikubizile ngegama lakho;
ungowami.
Lapho udabula emanzini,
mina nginawe;
nasemifuleni, ayiyikukukhukhula;
lapho uhamba emlilweni, awuyikusha,
nelangabi aliyikukushisa.
Ngokuba nginguJehova uNkulunkulu wakho,
oNgcwele ka-Israyeli,
uMsindisi wakho;
ngiyanika iGibithe libe yihlawulo lakho,
iKushe neSheba esikhundleni sakho.
Ngenxa yokuba ubuyigugu emehlweni ami,
futhi ubudumile, uthandekile kimi,
ngiyakunika abantu esikhundleni sakho,
nezizwe esikhundleni sokuphila kwakho.
Ungesabi, ngokuba nginawe;
ngiyakuyiletha inzalo yakho iphume empumalanga,
ngikubuthe nasentshonalanga.U-Isaya 43:1-5 - Kepha manje usho kanje uJehova
owakudalayo wena Jakobe,
nowakubumba wena Israyeli, uthi:
“Ungesabi ngokuba ngikuhlengile,
ngikubizile ngegama lakho;
ungowami.
Lapho udabula emanzini,
mina nginawe;
nasemifuleni, ayiyikukukhukhula;
lapho uhamba emlilweni, awuyikusha,
nelangabi aliyikukushisa.
Ngokuba nginguJehova uNkulunkulu wakho,
oNgcwele ka-Israyeli,
uMsindisi wakho;
ngiyanika iGibithe libe yihlawulo lakho,
iKushe neSheba esikhundleni sakho.
Ngenxa yokuba ubuyigugu emehlweni ami,
futhi ubudumile, uthandekile kimi,
ngiyakunika abantu esikhundleni sakho,
nezizwe esikhundleni sokuphila kwakho.
Ungesabi, ngokuba nginawe;
ngiyakuyiletha inzalo yakho iphume empumalanga,
ngikubuthe nasentshonalanga.U-Isaya 43:1-5 - Kepha manje usho kanje uJehova
owakudalayo wena Jakobe,
nowakubumba wena Israyeli, uthi:
“Ungesabi ngokuba ngikuhlengile,
ngikubizile ngegama lakho;
ungowami.
Lapho udabula emanzini,
mina nginawe;
nasemifuleni, ayiyikukukhukhula;
lapho uhamba emlilweni, awuyikusha,
nelangabi aliyikukushisa.
Ngokuba nginguJehova uNkulunkulu wakho,
oNgcwele ka-Israyeli,
uMsindisi wakho;
ngiyanika iGibithe libe yihlawulo lakho,
iKushe neSheba esikhundleni sakho.
Ngenxa yokuba ubuyigugu emehlweni ami,
futhi ubudumile, uthandekile kimi,
ngiyakunika abantu esikhundleni sakho,
nezizwe esikhundleni sokuphila kwakho.
Ungesabi, ngokuba nginawe;
ngiyakuyiletha inzalo yakho iphume empumalanga,
ngikubuthe nasentshonalanga.U-Isaya 43:1-5 - Kepha manje usho kanje uJehova
owakudalayo wena Jakobe,
nowakubumba wena Israyeli, uthi:
“Ungesabi ngokuba ngikuhlengile,
ngikubizile ngegama lakho;
ungowami.
Lapho udabula emanzini,
mina nginawe;
nasemifuleni, ayiyikukukhukhula;
lapho uhamba emlilweni, awuyikusha,
nelangabi aliyikukushisa.
Ngokuba nginguJehova uNkulunkulu wakho,
oNgcwele ka-Israyeli,
uMsindisi wakho;
ngiyanika iGibithe libe yihlawulo lakho,
iKushe neSheba esikhundleni sakho.
Ngenxa yokuba ubuyigugu emehlweni ami,
futhi ubudumile, uthandekile kimi,
ngiyakunika abantu esikhundleni sakho,
nezizwe esikhundleni sokuphila kwakho.
Ungesabi, ngokuba nginawe;
ngiyakuyiletha inzalo yakho iphume empumalanga,
ngikubuthe nasentshonalanga.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne U-Isaya 43:1-5