U-Izaya 43:1-5

U-Izaya 43:1-5 ZUL20

Manje usho kanje uSimakade owakudala wena Jakobe, nowakubumba wena Israyeli, uthi: “Ungesabi ngokuba ngikuhlengile, ngikubize ngegama lakho; ungowami. Uma udabula emanzini, Mina ngiyokuba nawe, nemifula ayiyukukukhukhula; nalapho udabula emlilweni, awuyukusha; ilangabi aliyukukushisa. Ngokuba Mina nginguSimakade uNkulunkulu wakho, oNgcwele ka-Israyeli uMsindisi wakho. IGibhithe ngilinikele laba yinhlawulo yakho; iKhushe neShebha esikhundleni sakho. Ngokuba uyigugu emehlweni ami, uhloniphekile, futhi ngiyakuthanda; ngiyonikela abantu esikhundleni sakho, nezizwe esikhundleni sokuphila kwakho. Ungesabi, ngokuba nginawe, ngiyakuletha abozalo lwakho bevela empumalanga, ngikuqoqe nasentshonalanga.

Verse Images for U-Izaya 43:1-5

U-Izaya 43:1-5 - Manje usho kanje uSimakade
owakudala wena Jakobe,
nowakubumba wena Israyeli, uthi:

“Ungesabi ngokuba ngikuhlengile,
ngikubize ngegama lakho;
ungowami.
Uma udabula emanzini,
Mina ngiyokuba nawe,
nemifula ayiyukukukhukhula;
nalapho udabula emlilweni,
awuyukusha;
ilangabi aliyukukushisa.
Ngokuba Mina nginguSimakade
uNkulunkulu wakho,
oNgcwele ka-Israyeli
uMsindisi wakho.
IGibhithe ngilinikele laba yinhlawulo yakho;
iKhushe neShebha esikhundleni sakho.
Ngokuba uyigugu emehlweni ami,
uhloniphekile, futhi ngiyakuthanda;
ngiyonikela abantu esikhundleni sakho,
nezizwe esikhundleni sokuphila kwakho.
Ungesabi, ngokuba nginawe,
ngiyakuletha abozalo lwakho
bevela empumalanga,
ngikuqoqe nasentshonalanga.U-Izaya 43:1-5 - Manje usho kanje uSimakade
owakudala wena Jakobe,
nowakubumba wena Israyeli, uthi:

“Ungesabi ngokuba ngikuhlengile,
ngikubize ngegama lakho;
ungowami.
Uma udabula emanzini,
Mina ngiyokuba nawe,
nemifula ayiyukukukhukhula;
nalapho udabula emlilweni,
awuyukusha;
ilangabi aliyukukushisa.
Ngokuba Mina nginguSimakade
uNkulunkulu wakho,
oNgcwele ka-Israyeli
uMsindisi wakho.
IGibhithe ngilinikele laba yinhlawulo yakho;
iKhushe neShebha esikhundleni sakho.
Ngokuba uyigugu emehlweni ami,
uhloniphekile, futhi ngiyakuthanda;
ngiyonikela abantu esikhundleni sakho,
nezizwe esikhundleni sokuphila kwakho.
Ungesabi, ngokuba nginawe,
ngiyakuletha abozalo lwakho
bevela empumalanga,
ngikuqoqe nasentshonalanga.U-Izaya 43:1-5 - Manje usho kanje uSimakade
owakudala wena Jakobe,
nowakubumba wena Israyeli, uthi:

“Ungesabi ngokuba ngikuhlengile,
ngikubize ngegama lakho;
ungowami.
Uma udabula emanzini,
Mina ngiyokuba nawe,
nemifula ayiyukukukhukhula;
nalapho udabula emlilweni,
awuyukusha;
ilangabi aliyukukushisa.
Ngokuba Mina nginguSimakade
uNkulunkulu wakho,
oNgcwele ka-Israyeli
uMsindisi wakho.
IGibhithe ngilinikele laba yinhlawulo yakho;
iKhushe neShebha esikhundleni sakho.
Ngokuba uyigugu emehlweni ami,
uhloniphekile, futhi ngiyakuthanda;
ngiyonikela abantu esikhundleni sakho,
nezizwe esikhundleni sokuphila kwakho.
Ungesabi, ngokuba nginawe,
ngiyakuletha abozalo lwakho
bevela empumalanga,
ngikuqoqe nasentshonalanga.U-Izaya 43:1-5 - Manje usho kanje uSimakade
owakudala wena Jakobe,
nowakubumba wena Israyeli, uthi:

“Ungesabi ngokuba ngikuhlengile,
ngikubize ngegama lakho;
ungowami.
Uma udabula emanzini,
Mina ngiyokuba nawe,
nemifula ayiyukukukhukhula;
nalapho udabula emlilweni,
awuyukusha;
ilangabi aliyukukushisa.
Ngokuba Mina nginguSimakade
uNkulunkulu wakho,
oNgcwele ka-Israyeli
uMsindisi wakho.
IGibhithe ngilinikele laba yinhlawulo yakho;
iKhushe neShebha esikhundleni sakho.
Ngokuba uyigugu emehlweni ami,
uhloniphekile, futhi ngiyakuthanda;
ngiyonikela abantu esikhundleni sakho,
nezizwe esikhundleni sokuphila kwakho.
Ungesabi, ngokuba nginawe,
ngiyakuletha abozalo lwakho
bevela empumalanga,
ngikuqoqe nasentshonalanga.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne U-Izaya 43:1-5