UHagayi 1:5-6

UHagayi 1:5-6 ZUL59

Ngalokho usho kanje uJehova Sebawoti, uthi: “Bekani ezinhliziyweni zenu izindlela zenu. Nihlwanyela okuningi, ningenisa okuyingcosana; niyadla, kepha anisuthi; niyaphuza, kepha ananeliswa; niyembatha, kepha akakho ofudumalayo; ozuza imali uyizuzela isikhwama esibhobokileyo.”

Funda UHagayi 1

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne UHagayi 1:5-6