UGenesise 21:1-3

UGenesise 21:1-3 ZUL59

UJehova wamhambela uSara njengokusho kwakhe; UJehova wenza kuSara njengalokho ekhulumile. USara wakhulelwa, wamzalela u-Abrahama indodana esemdala kuleyo nkathi uNkulunkulu abeyishilo kuye. U-Abrahama waqamba igama lendodana yakhe azalelwe yona, ayizalelwe nguSara, ngokuthi u-Isaka.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne UGenesise 21:1-3