KwabaseGalathiya 3:2-4

KwabaseGalathiya 3:2-4 ZUL59

Yilokhu kuphela engithanda ukukwazi kinina ukuthi: Namukeliswa uMoya ngemisebenzi yomthetho noma ngezwi lokukholwa na? Niwulekile kangaka na? Niqalile kuMoya seniyakugcina enyameni na? Nahlupheka kangaka ngeze na? uma kambe kungeze.

Uhlelo Lwamahhala Lokufunda nokuthandaza okuhlobene ne KwabaseGalathiya 3:2-4