Kungcono ababili kunoyedwa, ngokuba banomvuzo omkhulu ngomshikashika wabo. Ngokuba uma bewa, omunye uyavusa umngane wakhe; kepha maye kuye oyedwa lapho ewa, engenawesibili wokumvusa! Futhi uma ababili belele ndawonye, banokufudumala, kepha oyedwa angafudumala kanjani na? Nakuba umuntu ahlula oyedwa, ababili bayakuma phambi kwakhe, nentambo emicu mithathu ayisheshi ukugqashuka.
Funda UmShumayeli 4
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: UmShumayeli 4:9-12
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo