Kepha ingelosi yeNkosi yakhuluma kuFiliphu, yathi: “Suka uye ngaseningizimu endleleni ephuma eJerusalema ehlela eGaza; yona iyihlane.” Wayesesuka wahamba. Bheka, nansi indoda yase-Etiyopiya, umthenwa, isikhulu sikaKhandakhe inkosikazi yase-Etiyopiya, ebiphezu kwengcebo yayo yonke, ebifikile eJerusalema izakukhuleka; ibisibuya, ihlezi enqoleni yayo, ifunda umprofethi u-Isaya. UMoya wathi kuFiliphu: “Sondela, unamathele kuleyo nqola.”
Funda IzEnzo 8
Dlulisela
Qhathanisa zonke izinguqulo: IzEnzo 8:26-29
Gcina amavesi, funda kungaxhunyiwe ku-inthanethi, buka iziqeshana zokufundisa, nokuningi!
Ikhaya
IBhayibheli
Amapulani
Amavidiyo