2 AmaKhosi 6:16-17

2 AmaKhosi 6:16-17 ZUL59

Wathi: “Ungesabi, ngokuba abanathi baningi kunabanabo.” U-Elisha wakhuleka, wathi: “Jehova, ake uvule amehlo ayo ukuba ibone.” UJehova wavula-ke amehlo aleyo nceku, yabona; bheka, intaba yayigcwele amahhashi nezinqola zomlilo nxazonke zakhe u-Elisha.