2 AmaKhosi 6:16-17
2 AmaKhosi 6:16-17 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Wathi: “Ungesabi, ngokuba abanathi baningi kunabanabo.” U-Elisha wakhuleka, wathi: “Simakade, ake uvule amehlo ayo ukuba ibone.” USimakade wawavula-ke amehlo aleyo nceku, yabona; bheka, intaba yayigcwele amahhashi nezinqola zomlilo zika-Elisha nxazonke.
Dlulisela
Funda 2 AmaKhosi 62 AmaKhosi 6:16-17 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Wathi: “Ungesabi, ngokuba abanathi baningi kunabanabo.” U-Elisha wakhuleka, wathi: “Jehova, ake uvule amehlo ayo ukuba ibone.” UJehova wavula-ke amehlo aleyo nceku, yabona; bheka, intaba yayigcwele amahhashi nezinqola zomlilo nxazonke zakhe u-Elisha.
Dlulisela
Funda 2 AmaKhosi 62 AmaKhosi 6:16-17 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)
Wathi: “Ungesabi, ngokuba abanathi baningi kunabanabo.” U-Elisa wakhuleka wathi: “Nkosi, vula amehlo akhe ukuba abone.” UJehova wawavula amehlo ensizwa; wabheka, bheka, intaba yayigcwele amahhashi nezinqola zomlilo nxazonke zika-Elisha.
Dlulisela
Funda 2 AmaKhosi 6