2 kwabaseKorinte 6:11-13
2 kwabaseKorinte 6:11-13 ZUL59
Umlomo wethu uvulekele ngakini nina baseKorinte, inhliziyo yethu yanulekile; aninyinyekile kithi, kodwa ninyinyekile ezinhliziyweni zenu; kepha ukuze kube khona ukwenanana, ngikhuluma njengakubantwana, yanulekani nani.