1 kaJohane 5:20-21

1 kaJohane 5:20-21 ZUL59

Kepha sazi ukuthi iNdodana kaNkulunkulu isifikile, yasinika ingqondo ukuze simazi oweqiniso; sikuye oweqiniso, kuyo iNdodana yakhe uJesu Kristu. Yena unguNkulunkulu oqinisileyo nokuphila okuphakade. Bantwanyana, zilindeni ezithombeni.