1 kaJohane 5:20-21
1 kaJohane 5:20-21 IsiZulu 2020 (ZUL20)
Kepha siyazi ukuthi iNdodana kaNkulunkulu isifikile, yasinika ukuqonda namandla ukuze simazi oyiqiniso. Sikuye oweqiniso, iNdodana yakhe, uJesu Khristu. Lo nguNkulunkulu weqiniso nokuphila okuphakade. Bantwanyana, dedani ezithombeni ezibaziweyo.
1 kaJohane 5:20-21 Baasraak Zulu New Testament Bible (ZULUNT)
Siyazi ukuthi iNdodana kaNkulunkulu isifikile, yasinika ukuqonda, ukuze simazi oqinisileyo, sikuye oweqiniso, eNdodaneni yakhe uJesu Kristu. Lona unguNkulunkulu weqiniso nokuphila okuphakade. Bantwanyana, ziphepheni ezithombeni. Amen.
1 kaJohane 5:20-21 IBHAYIBHELI ELINGCWELE (ZUL59)
Kepha sazi ukuthi iNdodana kaNkulunkulu isifikile, yasinika ingqondo ukuze simazi oweqiniso; sikuye oweqiniso, kuyo iNdodana yakhe uJesu Kristu. Yena unguNkulunkulu oqinisileyo nokuphila okuphakade. Bantwanyana, zilindeni ezithombeni.
1 kaJohane 5:20-21 Contemporary Zulu Bible 2024 (CZB24)