1 kwabaseKorinte 4:16-17

1 kwabaseKorinte 4:16-17 ZUL59

Ngakho-ke ngiyanincenga ukuthi: Yibani abalingisi bami. Ngalokho-ke ngithumele kini uThimothewu ongumntanami othandekayo nothembekayo eNkosini, oyakunikhumbuza ngokuhamba kwami okukuKristu, njengokuba ngifundisa ezindaweni zonke emabandleni onke.