1
NgokukaJohane 1:12
IsiZulu 2020
Kepha bonke abamemukelayo, labo abakholwa egameni lakhe, wabapha igunya lokuba babe ngabantwana bakaNkulunkulu
Сравнить
Изучить NgokukaJohane 1:12
2
NgokukaJohane 1:1
Ekuqaleni wayekhona uLizwi. ULizwi wayekuNkulunkulu, uLizwi wayenguNkulunkulu.
Изучить NgokukaJohane 1:1
3
NgokukaJohane 1:5
Ukukhanya kukhanya ebumnyameni, kepha ubumnyama abukwazanga ukukucima.
Изучить NgokukaJohane 1:5
4
NgokukaJohane 1:14
ULizwi waba ngumuntu, wahlala phakathi kwethu. Sabona inkazimulo yakhe, inkazimulo yozelwe yedwa kuYise, egcwele umusa neqiniso.
Изучить NgokukaJohane 1:14
5
NgokukaJohane 1:3-4
Konke kwavela ngaye; akukho lutho olwadalwayo kukho konke okudaliweyo, olungavelanga ngaye. Kuye kwakukhona ukuphila; lokhu kuphila okungukukhanya kwabantu.
Изучить NgokukaJohane 1:3-4
6
NgokukaJohane 1:29
Ngakusasa uJohane wabona uJesu eza kuye, wayesethi: “Bheka, iWundlu likaNkulunkulu elisusa isono somhlaba.
Изучить NgokukaJohane 1:29
7
NgokukaJohane 1:10-11
ULizwi wayekhona ezweni. Izwe lavela ngaye, kodwa izwe alimazanga. Weza kokwakhe, kodwa abakhe abamemukelanga.
Изучить NgokukaJohane 1:10-11
8
NgokukaJohane 1:9
Kwakungukukhanya kweqiniso, okukhanyisa bonke abantu, okwase kuza ezweni.
Изучить NgokukaJohane 1:9
9
NgokukaJohane 1:17
Umthetho wanikezwa ngoMose, umusa neqiniso kweza ngoJesu Khristu.
Изучить NgokukaJohane 1:17
Главная
Библия
Планы
Видео