1
Mathewu 21:22
Baasraak Zulu New Testament Bible
Nakho konke eniyakukucela ngokukhuleka nikholwa, niyakwamukeliswa.
താരതമ്യം
Mathewu 21:22 പര്യവേക്ഷണം ചെയ്യുക
2
Mathewu 21:21
UJesu waphendula wathi kubo: Ngiqinisile ngithi kini: Uba lilokholo, lingathandabuzi, kaliyikwenza lokhu emkhiwaneni kuphela, kodwa loba lisithi kulentaba: Suka; uphonseke elwandle; kuyakwenziwa.
Mathewu 21:21 പര്യവേക്ഷണം ചെയ്യുക
3
Mathewu 21:9
Izixuku ezazihamba ngaphambili neziyilandela zamemeza zathi: “Hosana kuyo iNdodana kaDavide! Ubusisiwe ozayo egameni leNkosi; Hosana kweliphezulu.
Mathewu 21:9 പര്യവേക്ഷണം ചെയ്യുക
4
Mathewu 21:13
Wasesithi kubo: Kulotshiwe ukuthi: Indlu yami izabizwa ngokuthi yindlu yokukhuleka; kepha nina niyenze umhume wabaphangi.
Mathewu 21:13 പര്യവേക്ഷണം ചെയ്യുക
5
Mathewu 21:5
Tshelani indodakazi yaseSiyoni ukuthi: Bheka, iNkosi yakho iza kuwe, imnene, ikhwele imbongolo, nethole lembongolo
Mathewu 21:5 പര്യവേക്ഷണം ചെയ്യുക
6
Mathewu 21:42
UJesu wathi kubo: “Anizange nifunde yini emibhalweni ukuthi: “Itshe abalinqabayo abakhi lona laba yinhloko yegumbi
Mathewu 21:42 പര്യവേക്ഷണം ചെയ്യുക
7
Mathewu 21:43
Ngakho-ke ngithi kini: Niyakwamukwa umbuso kaNkulunkulu, unikwe isizwe esithela izithelo zawo.
Mathewu 21:43 പര്യവേക്ഷണം ചെയ്യുക
ഭവനം
വേദപുസ്തകം
പദ്ധതികൾ
വീഡിയോകൾ