1
Mathewu 14:30-31
Baasraak Zulu New Testament Bible
Kodwa ebona umoya wesaba; eseqala ukutshona wakhala wathi: Nkosi, ngisindise. Khona masinyane uJesu welula isandla, wambamba, wathi kuye: “Wena onokukholwa okuncane, ungabazeleni na?
താരതമ്യം
Mathewu 14:30-31 പര്യവേക്ഷണം ചെയ്യുക
2
Mathewu 14:30
Kodwa ebona umoya wesaba; eseqala ukutshona wakhala wathi: Nkosi, ngisindise.
Mathewu 14:30 പര്യവേക്ഷണം ചെയ്യുക
3
Mathewu 14:27
Kodwa uJesu wakhuluma kubo masinyane, wathi: Manini isibindi; yimina; ningesabi.
Mathewu 14:27 പര്യവേക്ഷണം ചെയ്യുക
4
Mathewu 14:28-29
UPetru wamphendula wathi: “Nkosi, uma kunguwe, yisho ukuba ngize kuwe phezu kwamanzi. Wasesithi: Woza. Futhi lapho uPetru ehla emkhunjini, wahamba phezu kwamanzi, ukuya kuJesu.
Mathewu 14:28-29 പര്യവേക്ഷണം ചെയ്യുക
5
Mathewu 14:33
Basebesiza ababesemkhunjini, bakhuleka kuye, besithi: Isibili wena uyiNdodana kaNkulunkulu.
Mathewu 14:33 പര്യവേക്ഷണം ചെയ്യുക
6
Mathewu 14:16-17
Kepha uJesu wathi kubo: “Akudingeki ukuba bamuke; bapheni nina ukudla. Bathi kuye: Sinazo lapha kuphela izinkwa eziyisihlanu nezinhlanzi ezimbili.
Mathewu 14:16-17 പര്യവേക്ഷണം ചെയ്യുക
7
Mathewu 14:18-19
Wathi: Ziletheni lapha kimi. Wayala isixuku ukuba sihlale phansi etshanini, wazithabatha izinkwa eziyisihlanu nezinhlanzi ezimbili, wabheka ngasezulwini, wazibusisa, wazihlephula, wazinika abafundi izinkwa, abafundi baphakela izixuku.
Mathewu 14:18-19 പര്യവേക്ഷണം ചെയ്യുക
8
Mathewu 14:20
Badla bonke, basutha, babutha imvuthuluka eseleyo, iziqabetho eziyishumi nambili ezigcwele.
Mathewu 14:20 പര്യവേക്ഷണം ചെയ്യുക
ഭവനം
വേദപുസ്തകം
പദ്ധതികൾ
വീഡിയോകൾ