1
NgokukaLuka 23:34
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
Kepha uJesu wathi: “Baba, bathethelele, ngokuba abakwazi abakwenzayo.” Babelana izingubo zakhe, benzelana inkatho.
താരതമ്യം
NgokukaLuka 23:34 പര്യവേക്ഷണം ചെയ്യുക
2
NgokukaLuka 23:43
Wathi kuso: “Ngiqinisile ngithi kuwe: Namuhla uzakuba nami eParadisi.*”
NgokukaLuka 23:43 പര്യവേക്ഷണം ചെയ്യുക
3
NgokukaLuka 23:42
Sase sithi: “Jesu, ngikhumbule, nxa usufike embusweni wakho.”
NgokukaLuka 23:42 പര്യവേക്ഷണം ചെയ്യുക
4
NgokukaLuka 23:46
UJesu wamemeza ngezwi elikhulu, wathi: “Baba, ezandleni zakho ngiyawubeka umoya wami.” Eseshilo lokho wafa.
NgokukaLuka 23:46 പര്യവേക്ഷണം ചെയ്യുക
5
NgokukaLuka 23:33
Sebefikile endaweni ethiwa iKhanda bambethela khona nazo izelelesi, esinye ngakwesokunene nesinye ngakwesokhohlo.
NgokukaLuka 23:33 പര്യവേക്ഷണം ചെയ്യുക
6
NgokukaLuka 23:44-45
Kungaba yihora lesithupha kwase kuba mnyama emhlabeni wonke, kwaze kwaba yihora lesishiyagalolunye; kwafiphala ilanga, isihenqo sethempeli sadabuka phakathi.
NgokukaLuka 23:44-45 പര്യവേക്ഷണം ചെയ്യുക
7
NgokukaLuka 23:47
Induna yekhulu ibone okwenzekileyo yamdumisa uNkulunkulu, yathi: “Nempela lowo muntu ube ngolungileyo.”
NgokukaLuka 23:47 പര്യവേക്ഷണം ചെയ്യുക
ഭവനം
വേദപുസ്തകം
പദ്ധതികൾ
വീഡിയോകൾ