1
NgokukaJohane 1:12
IBHAYIBHELI ELINGCWELE
Kepha bonke abamamukelayo wabapha amandla okuba babe ngabantwana bakaNkulunkulu, labo abakholwa egameni lakhe
താരതമ്യം
NgokukaJohane 1:12 പര്യവേക്ഷണം ചെയ്യുക
2
NgokukaJohane 1:1
Ekuqaleni wayekhona uLizwi, uLizwi wayekuNkulunkulu, uLizwi wayenguNkulunkulu.
NgokukaJohane 1:1 പര്യവേക്ഷണം ചെയ്യുക
3
NgokukaJohane 1:5
ukukhanya kukhanya ebumnyameni, kepha ubumnyama abukwamukelanga.
NgokukaJohane 1:5 പര്യവേക്ഷണം ചെയ്യുക
4
NgokukaJohane 1:14
ULizwi waba yinyama, wakha phakathi kwethu, sabona inkazimulo yakhe, inkazimulo njengeyozelwe yedwa kuYise, egcwele umusa neqiniso.
NgokukaJohane 1:14 പര്യവേക്ഷണം ചെയ്യുക
5
NgokukaJohane 1:3-4
Konke kwavela ngaye; ngaphandle kwakhe akuvelanga lutho kukho konke okuvelileyo. Ukuphila kwakukuye, ukuphila kwakungukukhanya kwabantu
NgokukaJohane 1:3-4 പര്യവേക്ഷണം ചെയ്യുക
6
NgokukaJohane 1:29
Ngangomuso wabona uJesu eza kuye, wathi: “Bheka, iWundlu likaNkulunkulu elisusa izono zezwe.
NgokukaJohane 1:29 പര്യവേക്ഷണം ചെയ്യുക
7
NgokukaJohane 1:10-11
Wayekhona ezweni, izwe lavela ngaye; kepha izwe alimazanga. Weza kokwakhe, abakhe abamamukelanga.
NgokukaJohane 1:10-11 പര്യവേക്ഷണം ചെയ്യുക
8
NgokukaJohane 1:9
Kwakungukukhanya okuqinisileyo okukhanyisa wonke umuntu, okwase kuza ezweni.
NgokukaJohane 1:9 പര്യവേക്ഷണം ചെയ്യുക
9
NgokukaJohane 1:17
Ngokuba umthetho wanikezwa ngoMose, umusa neqiniso kwavela ngoJesu Kristu.
NgokukaJohane 1:17 പര്യവേക്ഷണം ചെയ്യുക
ഭവനം
വേദപുസ്തകം
പദ്ധതികൾ
വീഡിയോകൾ