1
Marku 14:36
Baasraak Zulu New Testament Bible
Wathi: “Aba, Baba, zonke izinto zingenzeka kuwe; susa lesisitsha kimi, kodwa kungabi njengokuba ngithanda mina, kodwa njengokuba kuthanda wena.
비교
Marku 14:36 살펴보기
2
Marku 14:38
Lindani, nikhuleke, ukuze ningangeni ekulingweni. Umoya ulungile, kepha inyama ibuthakathaka.
Marku 14:38 살펴보기
3
Marku 14:9
Ngiqinisile ngithi kini: Nomaphi lapho elizashunyayelwa khona lelivangeli emhlabeni wonke, nalokhu akwenzileyo kuyakukhulunywa ngakho, kube yisikhumbuzo ngaye.
Marku 14:9 살펴보기
4
Marku 14:34
wathi kubo: Umphefumulo wami ulusizi kakhulu kuze kube sekufeni; hlalani lapha, nilinde.
Marku 14:34 살펴보기
5
Marku 14:22
Kwathi besadla, uJesu wathatha isinkwa, wasibusisa, wasihlephula, wabanika, wathi: Thathani, lidle: lokhu kungumzimba wami.
Marku 14:22 살펴보기
6
Marku 14:23-24
Waseyithatha inkezo, wabonga, wabanika, baphuza kuyo bonke. Wasesithi kubo: Lokhu kuyigazi lami lesivumelwano elichithelwa abanengi.
Marku 14:23-24 살펴보기
7
Marku 14:27
UJesu wathi kubo: “Nina nonke niyakukhubeka ngami ngalobu busuku, ngokuba kulotshiwe ukuthi: ‘Ngiyakushaya umalusi, izimvu zihlakazeke.
Marku 14:27 살펴보기
8
Marku 14:42
Sukumani, sihambe; bhekani, ongikhaphelayo useduze.
Marku 14:42 살펴보기
9
Marku 14:30
UJesu wathi kuye: “Ngiqinisile ngithi kuwe: Namuhla, ngalobu busuku, lingakakhali kabili iqhude, uzakungiphika kathathu.
Marku 14:30 살펴보기
홈
성경
묵상
동영상